Abantu abadala baseNdumeni bahlomule ngezinsiza zokuzivocavoca kanye neJojo tank
Abantu abadala baseNdumeni bahlomule ngezinsiza zokuzivocavoca kanye neJojo tank
Abantu abadala baseNdumeni bahlomule ngezinsiza zokuzivocavoca kanye neJojo tank
IsiShayamthetho saKwaZulu-Natali sisingathe ngempumelelo iPhalamende Labakhubazekile oKhahlamba
UMhlonishwa uHlengiwe Mavimbela uqokelwe esikhundleni esisha esiShayamthetho sokuba uSihlalo woziHlalo bamakomidi esiShayamthetho saKwaZulu-Natali.
chinmaya foundation, an international people’s enhancement organization for peace & harmony in babalpur under dasarathpur block of jajpur district of odisha state has honoured 13 individuals with “man of the year award”. from 10 different countries, including india, nigeria, nepal, tanzania, bangladesh, south africa, syria, paraguay, philippines & afghanistan country.
Kuyintokozo ukuthi sekuze kwafika lesikhathi sokuphela konyaka ka2022 sisayibambile kulendima yabezindaba siyiphephandaba lomphakathi iKZN Namuhla. Sibonge futhi ukuthi sesiqede iminyaka engu-24 yonke kwasungulwa leliphephandaba kusukela ngonyaka ka 1998 mhlazane zingu 15 September.
Kusukela ngoLwesihlanu lomhlaka 25 Novemba kuze kuyoshaya umhlaka 10 Disemba izwe laseNingizimu kanye nomhlaba wonke liqalise ukuqhuba umkhankaso waminyaka yonke wokulwisana nesihlava esibi sezenzo zodlame olubhekiswe kubantu besifazane nezingane. Futhi okubuhlungu ukuthi lomkhuba omubi kangaka ubukeka wanda kakhulu ikakhulukazi lapha ezweni lethu.