ULindani Sukunde ucela abahleli bemicimbi bamuqashe

ULindani Sukunde (18) ohlala e-Eastern Cape, e-Elliodale ungene endimeni yomculo ngonyaka owedlule  ngenyanga kaJulayi ngaphansi komculo wamaPiano ngestage name sika: Lindani Jizana.

“Ngikhiphe izingoma ezimbili ngonyaka owedlule eyodwa yazo ethi NGEZINSUKU ZOKUGCINA nokuyizona ebengiveza ngazo ikhono lami nengicelayo ukuthi umphakathi uzilalele, ngiyafisa engathi abantu bangangiseka ngakho konke okusemandleni abo ukuze ngikwazi ukuqhubeka ngikhiphe ezinye izingoma ngoba akukho lapho ngithola khona usizo njengoba ngiyiciko elizimele ingakho ithemba lami lilele oxhasweni ikakhulukazi”

Ngiyafisa futhi ukwesekwa kakhulu ngabahleli bemicimbi njengoba ngisanda kungena kulomkhakha ngiyadinga ukuya lapho kuhlangene khona abantu ngifike nami ngibaculele ukuze bangijwayele nabo ngokunjalo bangijwayele nezingoma zami bazazi iyona into edala ngicele ukusekwa kakhulu ngabahleli bemicimbi kanti ngiyacela nje nomphakathi wonkana ukuthi ungilandela umdlalo nomculo wami zonke izingoma zami ziyatholakala kuYouTube kuphela okwamanje” kuchaza uLindani.

Uma ufisa ukuxhumana noLindani ungamushayela kule nombolo: 0720762292 noma umbheke enkundleni yezokuxhumana uFacebook: Lindani Jizana.