USandile Gabayi (23) odume ngelika Masa G, nowenza umculo we-Afro Pop/Hip Hop. Lomculi ongowokuzalwa eMlazi, eThekwini.
USandile uthi waqala ngonyaka ka 2016 indima yezomculo ngalesosikhathi wabe eneminyaka engu, eqala ukhiphe ingoma ethi “I KEEP MOVING” no Pastor Ghost kanye no Mike 90 . waphinde wakhipha “UNGOWAMI” no C.Y.A.H Race kanye no Promax Music.
“Ngingumuntu ozinikele emculweni,ngisebenza ngokuzikhandla ngifuna ukukhula kanye nokunika abantu ithemba ngomculo. Njengamanje into engithanda ukuxhaswa ngayo imali yokuthi ngikwazi ukuphusha umculo wami, ugcine usifinyele kuwo wonke umuntu”. Kuzisholo yena uSandile.
Umculo wakhe uyatholakala ku Audiomark,Spotify,ITunes kanye no Deezer.
Ezinkundleni zokuxhuma ku Facebook naku Instagram no Tik Tok @Masa G 0670859137

