Intokazi Enhle Ephila Nohlobo lokukhubazeka Lwe Paraplegic
Saneliswe Radebe (38) ohlala eSouth Beach ophila nokukhubazekai Paraplegic . “ Inyanga yabantu abaphila nokukhubazeka kimi iyafana nazozonke izinyanga .
Saneliswe Radebe (38) ohlala eSouth Beach ophila nokukhubazekai Paraplegic . “ Inyanga yabantu abaphila nokukhubazeka kimi iyafana nazozonke izinyanga .
ULungelo Mayatula (26) owaziwa ngo Njngua RSA odabuka e Eastern Cape eMthatha kodwa manje uzinze eWestern Cape eHermanus town nokuyilapha azama khona isinkwa,lensizwa iqale ukucula ineminyaka eyishumi nanye vo isinamacwe cwe amaningana nje impela,Izinyembezi zenkwaleko eyi single ,no sleep eyi EP kanye nezingoma ezintathu eziphume ngo 2020 ukubala nje kafushane.ULungelo ubenesifiso sokuthola uxhaso olungango R15.000 lokuthola izinsiza kusebenza ezizomsiza ekukhiqizeni umculo oseqopheleni eliphezulu kakhulu.
Isikhumbuzo somlando wempilo wendodana, umfowabo, umyeni, nobaba uMfanufikile Absalom Zuke. Lencwadi ibhalwe unina, uZamile Zuke. Lomndeni ungowoku dabuka eMzinto Ekubusisweni uhlala eSeaview eThekwini.