UGlen Ncube ongomsakazi we Newcastle FM ufisa ukuhlonza aphinde alolonge intsha endimeni yo msakazo

UGlen Ncube(46)Radio Presenter  kwi Newcastle fm owenza uhlelo lwa Saturdays  6am-9am Six2NineWeekend Rise and Sunday Soul Sunday 12pm-3pm.

Uzalelwe e Gauteng  wakhulela emfekayi Mtubatuba nase Durban kwanyuswa.

He started  doing radio in 2007 Durban aphinde abe ngomunye wama  founders e Nqubeko community radio  and l joined Newcastle fm in 2018 when it was named Newcastle community radio.I’m using umsakazo  ukusiza umphakathi  ngokusebenzisana nezinhlangano ezingenzinzuzo also with  Home affairs  and sassa to assist  umphakathi  udinga usizo kulama departments ngibuye ngivakashele amakhaya ezintandane ngilekelele if bedinga usizo. “Abantu okumele bakwazi  ngami ukuthi nginozwelo kakhulu ngiyathanda ukusiza umphakathi and ngiyabathanda abantu”

With my experience  enganayo emsakazweni  ngifisa ukuhlonza ikhono ngiba groome abantu abasha abanothando lokungena emsakazweni. Ngifisa abalaleli ukuthi balalele  izinhlelo engiphathiswe zona ngoba kuningi abazokuzuza nezimfundiso nolwazi  nezeluleko. Ngitholaka emsakazweni iNewcastle103.7fm or  www.newcastlefm.co.za njalo ngempelasonto ngesabatha ekuseni  nangesonto emini.

Ngifisa ukuthi kubalandeli nabafundi baleliphephandaba Iphupho lilodwa angeke lifezeke umangabe ungasebenzi kanzima ukuliphumelelisa

facebook -Bhuti Glen

facebook fanpage- Bhuti Glen  wabalaleli

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *