UGlen Ncube(46)Radio Presenter kwi Newcastle fm owenza uhlelo lwa Saturdays 6am-9am Six2NineWeekend Rise and Sunday Soul Sunday 12pm-3pm.
Uzalelwe e Gauteng wakhulela emfekayi Mtubatuba nase Durban kwanyuswa.
He started doing radio in 2007 Durban aphinde abe ngomunye wama founders e Nqubeko community radio and l joined Newcastle fm in 2018 when it was named Newcastle community radio.I’m using umsakazo ukusiza umphakathi ngokusebenzisana nezinhlangano ezingenzinzuzo also with Home affairs and sassa to assist umphakathi udinga usizo kulama departments ngibuye ngivakashele amakhaya ezintandane ngilekelele if bedinga usizo. “Abantu okumele bakwazi ngami ukuthi nginozwelo kakhulu ngiyathanda ukusiza umphakathi and ngiyabathanda abantu”
With my experience enganayo emsakazweni ngifisa ukuhlonza ikhono ngiba groome abantu abasha abanothando lokungena emsakazweni. Ngifisa abalaleli ukuthi balalele izinhlelo engiphathiswe zona ngoba kuningi abazokuzuza nezimfundiso nolwazi nezeluleko. Ngitholaka emsakazweni iNewcastle103.7fm or www.newcastlefm.co.za njalo ngempelasonto ngesabatha ekuseni nangesonto emini.
Ngifisa ukuthi kubalandeli nabafundi baleliphephandaba Iphupho lilodwa angeke lifezeke umangabe ungasebenzi kanzima ukuliphumelelisa
facebook -Bhuti Glen
facebook fanpage- Bhuti Glen wabalaleli

