Bantu abasha qaphelani ningazibandakanyi nemibhikisho enodlame

Sanibonani bantu bakithi. Ake ngiluleke abantu abasha . Bantu abasha qaphelani ukuzingcolisela amagama ngeziteleka nemibhikisho . Kuhle yebo ukuhlanganyela nabanye mangabe kukhona isikhalazo thizeni bese kuhlelwa umbhikisho kodwa siboqaphela ukungayingeni imibhikisho ehambisana nodlame phakathi olungathatha impilo yomuntu  noma lube   nokweba phakathi ngoba kungenzeka ugcine uhambele phambili kulesosenzo bese masekuphenywa utholakale usecaleni uzingcolisele igama lakho kukuvimbele amathuba emisebenzi kusasa . Qaphela ukubandakanyeka emibhikishweni ehambisana nodlame . 

Obhalayo umfundisi Katlego Nare 

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *