SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngifisa ukuyeka ukubeka izinto ezingenasidingo kuqala ebese ngizibeka mina nomndeni wami nekhono lami phambili. Kulonyaka amaplans ami athi ngiya Investor emculweni wami ngibuye ngilungise amaphutha aseke abakhona kwezinye zezingoma.
Producer engifisa ukusebenza naye kulonyaka uMusiholiq bese umculi efisa kanye Emtee Da Hustler. Ngonyaka ophelile ngifunde ukuthi ayikho into encane uma ikubekisa isinkwa etafuleni leyonto isuke inkulu futhi ngifunde nokuphilisana nabantu ngafunda kakhulu ngokuphusha umculo ezinkundleni ezikhokhayo. Abalandeli bomculo wami noma bebrand yami bengalindela izingoma ezivuthayo ezithinta izinhliziyo belindele ingoma ezotholakala kuzona zonke izitolo za-Online ISANDLA NKOSI(feat.Inkosana.Amanda & Bobkizzy OGV waseNigeria) Bese i-EP esihloko sithi “ +1 birthday celebration” isiphumile yona iyatholakala kuzona zonke izitolo za-Online uthi Jey Unknown nje Zivele
Abafun umculo wami uyatholakala online search u Jey Unknown ku Google amalink
KuYouTube channel yami https://www.youtube.com/@JeyUnknown, Calls and WhatsApp:0665050086, Facebook page:JeyUnknown Thebeast Tik Tok:@Jey BLAQ 01 WhatsApp channel link Follow the JeyUnknown TheBeast channel on WhatsApp: https://whatsapp.com/channel/0029VaIu26aDJ6HAb9cGc62Z

