Umculo kaJey Uknown uyatholakala online engajabula ukwesekwa

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka ngifisa ukuyeka ukubeka izinto ezingenasidingo kuqala ebese ngizibeka mina nomndeni wami nekhono lami phambili. Kulonyaka amaplans ami athi ngiya Investor emculweni wami ngibuye ngilungise amaphutha aseke abakhona kwezinye zezingoma.

Producer  engifisa ukusebenza naye kulonyaka uMusiholiq bese umculi efisa kanye Emtee Da Hustler. Ngonyaka ophelile ngifunde ukuthi ayikho into encane uma ikubekisa isinkwa etafuleni leyonto isuke inkulu futhi ngifunde nokuphilisana nabantu ngafunda kakhulu ngokuphusha umculo ezinkundleni ezikhokhayo. Abalandeli bomculo wami noma  bebrand yami bengalindela izingoma ezivuthayo ezithinta izinhliziyo belindele ingoma ezotholakala kuzona zonke izitolo za-Online ISANDLA NKOSI(feat.Inkosana.Amanda & Bobkizzy OGV waseNigeria) Bese i-EP esihloko sithi “ +1 birthday celebration” isiphumile yona iyatholakala kuzona zonke izitolo za-Online  uthi         Jey Unknown nje Zivele

Abafun umculo wami uyatholakala online  search u Jey Unknown ku Google amalink

https://push.fm/fl/ps83vckh

 KuYouTube channel yami https://www.youtube.com/@JeyUnknown, Calls  and WhatsApp:0665050086,  Facebook page:JeyUnknown Thebeast  Tik Tok:@Jey BLAQ 01 WhatsApp channel link Follow the JeyUnknown TheBeast channel on WhatsApp: https://whatsapp.com/channel/0029VaIu26aDJ6HAb9cGc62Z

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *