UMboniseni Mbhele ucela ukuqashwa kubahleli bemicimbi

SHEILA MHLONGO

Engifisa  ukuzenza kulonyaka ukuhambela ama-event akhokhayo,uku launch i album yami ephume ngonyaka ophelile 2024 engigcine ngingakwazanga ngenxa yokushoda kwamacent kanye ukufaka umculo kumaradio stations, Gubhulwami, TV  kanye  nakuma competition kaMaskandi,  workshop ukuze ngizothola imali ngizame  impilo ngoba ngingomunye ophuma ekhaya eliswele.

Ngihlela nendlela yokufaka i-album kumadigital stores nokuthungisa umfaniswano obhalwe UMQHUMENI (INcwasimende Yako Godide).

Ngisamile ukukhipha njengoba kusanda kuphuma i album ethi ‘Isahluleki sendoda’ okuyiyona eyokuqala.

Nginesifiso sokusebenzisana noBaba  Mfiliseni Magubane, Izingane zoma ,uShumi leyinsizwa neZinyane Ledlamanzi nabanye.kakade uShumi leynsizwa neZinyane Ledlamanzi bengifisa ukusebenzisana nabo nakule album ephume last year kwaba ukuthi bengingabatholi ocingweni size saxhumana kuwo lonyaka sase sikhulumela ukt sesiyodibana kwi Album or EP elandelayo uma sengiphinda ngikhipha.

Izifundo engizifundile ukuthi uma usayiciko elisazama kunzima ukuthi uthole ama event akhokhayo. Uma usafunda isikole kunzima kangakanani akumele udikibale  funda isikole  unganciki ngomculo nalokho kuyakulekelela  ukulwisana nezithiyo ezizovimba ukuthi uyephambili.

okwamanjer umculo wami awukatholakali kuma digital stores ngisawuphusha ngawo ama CD nama USB.ngine album enezingoma ezi yi-12.

Umqhumeni Mboniseni Mbhele,fcbk page: INcwasimende Yako Godide, Instagram: Umqhumeni Mbhele,  Tiktok:  Umqhumeni Mbhele bese kuwhatsap 064 833 7400 ,call 073 998 5767.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *