USimiso ‘Inalithi’ Msomi eNdwedwe  ucela uxhaso kubalandeli bomculo

SHEILA MHLONGO

 Ongumculi kamaskandi aphinde abe uDirector ku-Ubumbano NDW Entertainment kulonyaka  ngifisa ukusebenza ngokuzikhandla kakhulu ngifezekise iphupho lami lokuba ngumculi ozokwaziwa. Kulonyaka  ngifisa ukuqinisa kakhulu ukukhangisa umsebenzi wami ukuze ngizothola ithuba lokuqashwa.

Umculi engifisa ukusebenza naye ubhuti Jaiva Zimnike  ngifunde ukuthi uma usebenza ngokomculo kumele ukhangise at all times so that abantu bezokubona bakwazi ungakhiphi umculo bese uyahlala abathandi bomculo bangalindela I-album emnandi kakhulu sihloko sayo sithi: “Ngizolifaka Lonke”

 Izingoma zami zonke zikhona kuma digital platforms ubhala igama uthi: INALITHI kube sekuvela .

Abafisa ukuxhumana nami ngiyatholakala Tiktok :Inalithi SA, Facebook :Inalithi, WhatsApp /Calls 0746087569 and Bookings: (0615058009/0746087569)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *