UJanine van Vyk usethi khumu kwezebhola lezinyawo emva kwemidlalo engu-185 kuBanyana Banyana

SIBUSISO MAMBA

Isitobha seqembu lesizwe labesifazane (IBanyana Banyana ) u Janine van Wyk osewabeka ethala amakhokho uphule irekhodi lenkakha yase Egypt

u-Ahmed Hassan eyalibeke ngo 2012 . Lentokazi esemkantshubovu isethi  khumu ebholeni ngemuva kwemidlalo engu 185 eqenjini lesizwe okuyirekhodi elisha lomdlali wase Africa

IBanyana ibhaxabule i-Burkina Faso ngesonto elidlule yazibekela indawo

ku Wafcon ezobanjelwa e Morocco ngonyaka ozayo.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *