UDyasi Luthando owenza iDancehall Music Ufisa ukuthola uxhaso ukuze akhule

SHEILA MHLONGO

UDyasi Luthando Innocent aka Lutt-Inno (26),owenza  Dancehall music ne rapp, ungowase Gcuwa eMpumalanga koloni (Eastern Cape) kodwa ngokuhlala utholakala kuCentane.

Lensizwa iqale indima yomculo ngonyaka ka 2014 lapho yaqala khona ukurekhoda umculo wayo isebenzisa ifoni, kanti ingoma yayithi “fear of the grave “. Uphinde abe umbhali kanye nohayi wezinkondlo.Uthi angajabula ukuthola uxhaso ukuze akhule futhi aziwe emhlabeni jikelele.

UDyasi uyatholakala ku YouTube, Grocafrica, Audiomack naku Tubidy-Ezinkundleni zokuxhumana ungamthola Facebook account: Lutt-Inno Rsa – Facebook page  : Lutt-Inno – tik tok ; Lutt-Inno – Instagram: Lutt-Inno

Calls   +27724223652- Watsapp : +27717340835

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *