EZOMKHOSI WELEMBE  ZIXOXWA NGEZITHOMBE

ISilo Samabadla uMisizulu KaZwelithini sigqugquzee ubunye kubungawa uMkhosi weLembe

Silo Samabandla uMisuZulu KaZwelithini sigqugquzele ubunye nokulondolozwa kwamagugu nomlando wesizwe ngesikhathi kugujwa Umkhosi WeLembe, KwaDukuza, ngoMgqibelo mhlaka 23 September 2023.

Isilo sibonge kakhulu kuHulumeni wesiFundazwe oholwa nguNdunankulu uNomusa Dube-Ncube ngokuhlala njalo weseka iNdlunkulu kaZulu uma inemicimbi eqhakambisa imvelaphi namasiko kaZulu.

Isilo siphinde sanxusa amabutho ukuthi alwe nokuhlukunyezwa nokubulawa kwabesifazane nezingane, sathi lesi sihlava sithunaza isithunzi sesizwe samaZulu.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *