UMtomuhle Mtshali ongumculi kaMaskandi udinga uxhaso emsebenzini wakhe

SHEILA MHLONGO

UMuntomuhle Ayanda Mtshali (25) owenza umculo kaMaskandi aphinde abe umshayi wesiginci.Ngokuzalwa Ungowas’Olundi eMakhosini, lapho etholakala khona.

Uqale umculo ngonyaka ka2016 esadlalela abantu isiginxi, kwathi ngo2017 wakhipha iEP esihloko sithi i-pattern, yalandelwa iAlbum ayenze ngo2021 esihloko sithi Igobondela.

Umsebenzi weqembu lakhe elisha amalakazane, lapha uhamba noMuziwakhe Nzuza (Ichwane lemfezi) sizowuvula ngawo unyaka.

Uthi Kuningi okuluxhaso akudingayo njengeciko, kodwa angakubalula kakhulu inkampani.

Uyatholakala Kuma online plartforms  amaCD wona atholakala kuyena mathupha, 0795457513/0785995102

Muntomuhle udokotela wentambo( kuzona zonke izinkundla zokuxhumana)

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *