Umyalezo weSigodlo seziNdlovukazi esimayelana nokuxwayisa abazithola behlukumezeka

UMyalezo weSigodlo Sezindlovukazi umayelana nomkhankaso wokulwisana nokuhlukunyenzwa kwabantu besifazane nezingane owaziwa phecelezi ngokuthi 16 Days of Activism for no Violance Against Women and Children.

Kubalulekile ukubika Uma uhlukumezeka.ubika kwabezomthetho.

Ungahlaleli ubuhlungu, Ungavumeli benze noma yini enganeni yakho. Uma ubona ukuthi alivulwa icala la behlukumezana khona nawe unalo ilungelo lokulivula.

Uza kuthina njengama Warriors; Abanqobi; AmaKhosi-Kazi Uma ungagculiseki ngokwecala .

Kodwa ke uqala ngokuguqula indlela owenza ngayo izinto nendlela ocabanga ngayo.

Inhliziyo embi; umona, amagqubu akusizi akulekeleli ndawo kuyeke

Siholwa umoya weQINISO nawe sondela ngeqiniso , ukuze ukwazi ukusizakala

UMYALEZO UCASHUNWE EKHASINI LESIGODLO SEZINDLOVUKAZI KU-FACEBOOK

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *