ULindokuhle noThobani ‘Tom Cats’ bafisa ukubuyisela emphakathini ngoxhaso oluvela kubalandeli

SHEILA MHLONGO

Sifisa ukwenza izinto ezizothuthukisa umphakathi njengama- community projects  into ezosenza nathi sibuyisele emiphakathini lokho kungaba enkulu impumeleli ngokucela ukuxhaswa yini bantu baseNingizimu.

Into esiyifisayo kulonyaka ukufeza iphupho lethu lokusiza abanye abantu. Sikholelwa ekutheni u-67 minutes senzela abantu ukudla ikakhulukazi laba abangenamakhaya siphinde sibhekelele izingane ezinamathalente endaweni siziveze obala ngoba baningi abantwana abanamathalente acashile.

Esingayijabulela ukusebenza nabo laphe South Africa u- K.O Skhanda . Into esiyifundile ukuthi sonke sifunda ngamaphutha kodwa kuba kukuwena ukuthi uyafunda ngawo awukwazi ukuhlulwa into kaningi noma wenze iphutha elilodwa njalo.

Abalandeli ngibathembisa umculo omusha noma iproject umculo wethu uzotholakala online naku spotify. WhatsApp/ Call: 061 264 9208  facebook : Tom cats amakati.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *