ULindokuhle “LIMZXY” Mbanjwa obuya kwaMashu ufisa ukuzibona edlalaku-TV

SHEILA MHLONGO

Ngifisa umusic video yami idlale ku-channel o MTV nakwamanye amaningi, sizokhiphe i-album enomsindo omnandi kakhulu kulabao balandeli bomculo abathanda noma abajabuliswa umkenenezo omnandi emadlebeni abo elambele umculo omnandi. Kulonyaka ngi-host event ezoqopha umlando ihlanganise ama artist aseThembisa na kwaMashu.

 Izinhlelo zami ukubonana noma sIhlangane namaciko amasha emculweni kanye nabantu abasendimeni yezamabhizinisi athinda umculo ohlukahlukene.  Ngifisa nokuthola amathuba okuhambela izindawo eziningi mayelana nomculo wami.

Ngifisa ukusebenzisa nama-Artist afana okmalumkoolkat, maraza kanye blxcke. KoProducer  engasebenza nabo u-031 choppa.herc cut the lights, zooci coke kanye no mashbeats.  Izifundo engizifundile  ukuthi noma kumnyama noma kunzima ungalahli ithemba.

Abalandeli bomculo abalindele ushintsho esizofika nalo kwi music industry ikakhulukazi i-hip hop amapiano, siyatholakala kuwona wonke ama-digital platforms. Uma ufisa ukuxhumana nami usesha u-LIMZXYWRLD kuwona wonke ama-social media amih kanti uWhatsApp / Call: 068 230 2093 noma

Lindokuhlembanjwa867@gmail.com.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *