SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngifisa ukuphusha iBrand yami e jozi ngibe nama feature namanye ama artists akhona endimeni. Izinhlelo zami kulonyaka ukuthi ngikhiphe umculo omningi kanye ne-EP yami. Ngingajabula ukusebenzisa noMashbeatz producer njengoba kunguye engifisa ukusebenzisana naye. Kulonyaka ngifunde uukuthi empilwenii kuyalindwa nokuthi mele uhlale usebenza uzama impilo kuze kulunge
Abalandeli ngifisa bazi ukuthi ngeke iphele lenyanga ka-Agasti ingaphumile i-EP, Abafisa ukuxhumana nami noma ukusebenzisana WhatsApp / Call: 065 130 1266, Facebook: Sibusiso Mazibuko, Instagram naku Tiktok : Sibusiso Mazibuko kanti iStage name preazy_tee_i2k For bookings: Sbusisopreazy319@gmail.com .

