Igama lakhe u Vusi Cele ungumculi wezokholo kanti aphinde abe ngumbhali wezingoma, U Vusi Cele uneminyaka engu( 27) ,lensizwa yazalelwa e Mlazi ka M ( section) Kwazulu Natali. U Vusi Cele usanda kukhipha ingoma entsha sha ebizwa ngokuth NGAFUMANA UMUSA kanti leh ngoma yakhe ikhona kuzozonke izitolo zah Online Music stores ( Shazam , Spotify, YouTube ) nezinye izitolo. Leh ngoma idlala emisakazweni eyehlukene ,abantu bayayithanda kakhulu ingoma yakhe. u Vusi Cele uthi kulonyaka uzokhipha i Albumu yakhe yokuqala, U Vusi Cele kulengoma eshisa izikhotha usebenze kakhulu no Nzuzo Meyiwa, ” Ngithanda ukubonga kakhulu ku Nzuzo Meyiwa ukuth angamukela kulomkhakha wezomculo wezokholo, wangamukela ngezandla ezimhlophe nabanye abaculi ,kodwa udlale indima enkulu kumina”. U Vusi Cele uthe uthanda ukubonga u Nkulunkulu ngakho konke amenzele Kona,” Ngithanda futhi ukubonga nabazalwane base Kingdom of Christ Fellowship Center ( KOC) nase Potters house Ministries ngemithandazo Kanye nokuxhaswa. Umculo wale nsizwa uyatholakala ezitolo zah Online Music stores, kanti futhi lensizwa ungayilandela ezi nkundleni zokuxhumana ku Facebook page (VUSI CELE)lakhe ukhona , naku Instagram , naku TikTok ungayilandela nsizwa ezikundleni zokuxhumana. Uma ngabe ufuna ukummema emicimbini yakho uyatholakala
* 068 111 7256 (Calls Only)
* 073 326 5867 ( What’s App only)
* vusumuzivusi921@gmail.com