Bezichichima injabulo izitshudeni zase-UKZN zethweswa iziqu

SHEILA MHLONGO

Izinsizwa ezimbili uBandile noBonisanani Ngubane, Kwesensizwa eyayicula uMaskandi uMjikijelwa “Nunu emnyama kwezakwabo, Ichalaha likaShafuza” KwaJikijiki bathweswe iziqu zeBachelor of Education Honours ndawonye.

Sebeyingxenye yokuqala emndenini wabo ukuthola iziqu ezimbili futhi manje sebeqhuba iszifundo  zeMasters in History of Education.Bezwakalise ikudabuka okukhulu ngoba  ubaba wabo akakwazanga ukuba khona ngenxa yokugula.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *