SHEILA MHLONGO
UThando “Teegal” Sokhulu, ongazange abe nomndeni emcimbini wakhe, uzwakalise ukudabuka kwakhe ezinkundleni zokuxhumana ngenxa yokuthi akuzange kube khona nelilodwa ilunga lomndeni wakhe elikwaze ukuba naye kulesikhathi sempumelelo yakhe.

