SHEILA MHLONGO
Izinsizwa ezimbili uBandile noBonisanani Ngubane, Kwesensizwa eyayicula uMaskandi uMjikijelwa “Nunu emnyama kwezakwabo, Ichalaha likaShafuza” KwaJikijiki bathweswe iziqu zeBachelor of Education Honours ndawonye.
Sebeyingxenye yokuqala emndenini wabo ukuthola iziqu ezimbili futhi manje sebeqhuba iszifundo zeMasters in History of Education.Bezwakalise ikudabuka okukhulu ngoba ubaba wabo akakwazanga ukuba khona ngenxa yokugula.

