UKhayelihle Nhlangulela ufisa ukusebenza nentsha engabathwebuli abazimele kwi movie azoyikhipha maduze
UKHAYELIHLE Nhlangulela (28) waseThekwini, eMlazi kodwa oseCape Town ngokokuhlala ungene endimeni yezomculo ngonyaka ka2006 lapho aqala khona ukubhala umculo we-Hip-hop, Ragae kanye nePop.

