I-IFP iqinisekisa ukuthi izongenela ukhetho kuzo zonke izifunda ezingu -9 kuleli
IQEMBU lezepoliti Inkatha Freedom Party (IFP) iqinisekisa ukuba sohlwini lwamaqembu azovotelwa kukhetho oluzokuba mhla ziyi-29
IQEMBU lezepoliti Inkatha Freedom Party (IFP) iqinisekisa ukuba sohlwini lwamaqembu azovotelwa kukhetho oluzokuba mhla ziyi-29
Maphoyisa asePinetown eThekwini athungatha umkhondo wezigilamkhuba ezidubule zabulala uMnu Xolani Chili waseNewGerman ntambama ngomhlaka 13 Febhuwari ezibuyela emsebenzini. Ngokusho kokhulumela umndeni uthi uXolani udutshulwe amahlandla ayishumi nesithupha (16) eduze nesango lomuzi wakhe, kwabe kuyamenela njalo waphelela khona lapho
Ekugcineni emva komzukuzuku kugcine kukhishiwe amaJaji amabili ezikhundleni zawo okungo John Mandlakhe Hlophe kanye no Nkola Motata. Lokhu kuza emuva kwesimemezelo sikaMengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosa esikhishwe ngolwesine lomhlaka 7 Mashi 2024, ngenxa yesinqumo esathathwa iPhalamende ukuthi bagudluzwe ezikhundleni zabo
IQEMBU lepolitiki i-Inkatha Freedom Party (IFP), yethule amaphuzu ayi-13 azosebenzela kuyo ukushintsha iNingizimu Afrika, uma inqoba ukhetho mhla ziyi-29 kuNhlaba (May), eNkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida, eThekwini, ngomhlaka 10 Mashi.