Abesifazane abahlala emiqashweni mabaqaphele ukushiya izingane zodwa

Bantu bakithi ngiyabingelela kini nonke. Nasi isexwayiso kwabesimame abasebancane abakhulisa izingane bodwa emiqashweni. Sekusebusika bakithi qaphelani ukushiya izingane zodwa emiqashweni niye ezindaweni zokujabula . Kulesikhathi izingane ezisencane zidinga ukunakwa zingalali kubasiwe endlini. Lokhu ngikusho ngoba sekuvele izimo ezimbalwa lapho  izingane zishela emiqashweni ngenxa yokushiywa zodwa.

Obhalayo umfundisi katlego Nare  

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *