Seluze lwafika olwamanqamu kowe KZN Namuhla Artists Awards 2024

Seluze lwafika olungaliyo usuku lokubungazwa kwephephandaba lomphakathi iKZN Namuhla njengoba liqeda iminyaka engu 26 yonke lasungulwa, kuphinde kuhlanganiswe nokubungazwa kwenyanga yezobuCiko namaGugu ngokuthi kuhlonishwe amaCiko asafufusa akwazile ukuthola amavoti amaningi ngesikhathi evotelwa emikhakheni ehlukene .

UMhleli womcimbi kanye nephephandaba uzwakalise ukuthi kuyamthokozisa ukuthi ekugcineni seluze lafika lolusuku lokuhlonipha amaCiko njengoba sekuphele inyanga wenziwa amalungiselelo.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *