Ungayifihli into ebuhlungu ekuhlumeza ngaphakathi

Ngiyabingelela bantu bakithi ake nginikhuthaze nje kancane bakithi izinkinga sinazo sonke, ungayifihli into ebuhlungu ekuhlumeza ngaphakathi. Khona akulula ukwethemba abantu kodwa zama ukuthola umuntu oyedwa ongamvulela isifuba sakho ngaleyonto. Kubuhlungu ukubona abantu sebeziphonsa emigwaqeni kathela wayeka ukuze bashayiswe zimoto badlule emhlabeni ngenxa yezinto abadlula kuzo.

Ngesinye isikhathi isisombululo senkinga obhekene nayo ungazithola kumuntu, khuluma mangabe kukhona okukuhlukumezayo ungaze uthathe impilo yakho.

Obhalayo uKatlego Nare

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *