Uyabona lomuntu wesimame othi uma umbheka umbon’eglowa

Yazi ukuthi kunomuntu who is behind all that. Kahle kahle kunendoda edlale role lapho. Ubone umjitha egqoke kamnandi enuka perfume kamnandi. Kunomuntu wesimame odlale leyo role. Sometimes sinokufika sesincoma sithi eyi mfowethu ngivuke ngomunye umuntu oglowa sharp kanti kukhona oqale leyondlela.

Ngamanye amazwi ngithi ungakujabuleli ukufica into eright ungazange wadlala role yokuthi ibe kuleyo level. Ngisho ngingahamba wonke umhlaba nginconywa left, right and center. I know who played that role yokuthi ngi shine as a Motivational Speaker that’s my wife. Ngithi noma ngiphuma endlini yena ekude le, afone abuze kodwa myeni wami usugqokile.

Ngicela ungishuthela, yoooh lapho ngiqaliswa phansi  nalapho sengibona ukuthi sengizoshawa isikhathi. Ngizama ukucacisa ukuthi respect amandla omunye umuntu. Ungafiki seku  right yonke into bese uzishaya isifuba ngomuntu omfice enziwe umuntu thizeni.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *