Sizwe sakithi akesehliseni ophuzweni oludakayo

Sizwe sakithi akesehliseni kwezokuzijabulisa bakithi, ikakhulu abantu abadala abazele phezani kancane emanzini amponjwana . Zithini izingane uma umzali ehamba ebusuku abuye ezintathakusa  edakiwe azivuse ukuze zimvulele umnyango?

Zifundani izingane kulolohlobo lomzali naleyondlela yokuphila? Yonke into engalungile oyenza emehlweni ezingane zibuke ziyimbewu engase uyitshale ihlale kuzo iqhakaze bese ziphenduka leyonto kusasa zigcine sezikwenza ngokweqile .

 Akusiyona inkinga ukuzijabulisa kodwa asoba nomkhawulo sicabangele esibazele nesibakhulisayo .

Obhalayo uKatlego Nare

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *