SHEILA MHLONGO
Ngomhlaka 28 Febhuwari 2024, uNdunakulu waKwaZulu-Natali uMhlonishwa uNomusa Dube- Ncube wethula inkulumo yakhe yesifundazwe (SOPA) eyayikhuluma kakhulu ngezinto esezenziwe uhulumeni kusukela eminyakeni engamashumi amathathu (30) lelizwe labuswa ngokwentando yeningi .Izithombe zixoxa kangcono ngokwakwenzeka.


