Masingazitholi silahlekelwa abantu ngenxa yamakhaza

Sanibonani bantu bakithi. Ngicela ukukhuthaza bakithi masincediseni abangakwazi ukuzisiza kulobusika , bakhona abangenazo izingubo zobusika. Mangabe sinazo ngokweqile masingaze silahle bekhona abadinga usizo. Asibazameleni abangenazo. Umuntu ngumuntu ngabantu . Masingazitholi sesilahlekelwe ngabantu ngenxa yamakhaza ngoba ziningi izifo ezibangelwa ngamakhaza . 

Obhalayo umfundisi katlego nare 

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *