Makungabikho into ekuphoqa ukuthi uhlale lapho ungakhululekile khona

Ngiyabingelela kwelengabade , bantu bakithi  nasi iseluleko esifunshane  , niboqaphela ningahlali endaweni enizizwa ningajabulile kuyo ngoba nenzela abantu . Injabulo yakho njengomuntu ibalulekile futhi nokukhululeka kwakho kubalulekile . Makungabibikho into ekuphoqa ukuhlala kuyona noma uzizwa uhlukumezekile , kungaba yisonto noma yinhlangano yezepolitiki uma nje uzizwa ungamukelekile lapho shesha uphume ungakaze utholwe ukucindezeleka ngokomqondo . Ukungajabuli komoya wakho nengaphakathi lakho kudala ukucindezeleka ngokomqondo .

Obhalayo Umfundisi Katlego Nare 

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *