Masiqaphele indlela esifuna ngayo imali ingabeki impilo yemindeni yethu encupheni

UMFU. NARE

Sanibonani bantu bakithi. Sizwe sakithi yebo sonke imali siyayidinga kodwa masiqaphele indlela esiyifuna ngayo ukuthi, ingabeki impilo yemindeni yethu encupheni. Kubuhlungu ukubona umndeni uphela wonke ufela icala lomuntu oyedwa. Ubugebengu abukhokheli  futhi bufaka encupheni impilo yemindeni yabo abaphila ngobugebengu. Okubuhlungu ukuthi abenza ubugebengu bacuphana bodwa emsebenzini wabo ongcolile bese imindeni yabo ichaphazelelwa izinto engazazi. Ubugebengu abukhokheli.

Obhalayo Umfundisi Katlego Nare 

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *