Ungajahi ukujaja abantu ungakazibheki ubuwena

Sometimes ubona abanamaphutha nje kanti iphutha uwena ungajahi ukujaja abantu ungakazibheki ubuwena.  Kunabantu abangakwazi ukwamukela amaphutha bese besewabhekisa kwabanye.

Kunomuntu okuyimanje othi uma izinto zimbhimbela bese esola abathile. Awuke uzibheke wena kuqala before you can shift a blame to someone, ayikho into eyolungiswa ukuthi asibambisene. Ayikho into eyolungiswa ukuthi ubheke ubu wrong kwabanye, usahlulwa ukuqale ubheke ubuwena. It will not help you pointing fingers to someone, hence you don’t even notice how many fingers are pointing at you.

If you want to avoid mistakes , accept them abantu abafuni ukuvuma amaphutha abo bayohlezi benza lawo maphutha. Into eyokwenza lokho ukuthi vele bayohlezi bezibona be right ngisho sebe wrong.

Please accept the unaccepted. You can not learn from your mistakes if you don’t accept them.

#Asigivaphi Siyaphikhapha.

#Angeke Akulahlekisa.

#Brian Smile The Motivational Speaker and a life coach.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *