Abantu ave bethula uma kukhona okuhle okuzuzayo

Kodwa once kwakhona into ewrong abayizwayo ngawe noma abayibona kuwe ayi uzozwa umsindo ozoqala ngegama lakho ngisho ongakwazi ukulibiza uyozwa eselisho eqhuma phezulu. Into okumele uyenze wena menziwa thula bese uyenza.

 Yila bezohlukana khona negama lakho, khumbula ukuthi ngithe abafuni nakulizwa igama lakho, uma kukhona inhlatsana yempumelelo kuwe. Bayeke ba excel ngokudumisa okubi ngawe wena ube ubhizi ngoku-Excel ekufezekiseni iphupho lakho. Ngisho umdlali webhola akanaso isikhathi sezibukeli kodwa unesikhathi salento ayenzayo on the field of play.

Nawe yenza njalo ngoba the more unaka bona the more you loose focus.Ngisho nasebholeni kunjalo once umdlali wanaka izibukeli uzoyeka  ukugxila ekudlaleni ibhola.

Brian Smile The Motivational Speaker and a life coach

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *