Izwe lakithi loniwe imilomo nemicabango yethu

Lelizwe aloniwanga izinto eziningi kepha loniwe imilomo.  Asiqale la , imindeni ayizwani ngenxa yawo umlomo omunye wakhuluma kabi ngomunye ngawo umlomo lo. Sometimes size siphelelwe okuhle esinakho nesakusebenzela kanzima ngenxa yokuthi asikubheki esikukhipha ngomlomo.

Kune couple eseyihlukene omunye waze wakhetha ukuyeka noma ukuphuma kuyo ngenxa yomlomo. Ngizibuze ukuthi kazi isiphi isizathu esabakhipha emakhaya abo only to find out abanye babo bakhishwa umlomo  emakhaya abo ngenxa yokuthi abasebenzi nokuthi abanalutho that can make them being vocal to their family members.  Iningi labantu asebephenduke izidakwa ayi ngoba abanye bethanda, inkinga bazama ukufika ezindlini sebedakiwe so that they can avoid labantu abanemilomo engemihle kubo.

Phela akumnandi ukuthi ukhulunywe kabi noma kukhulunywe kabi nawe daily.  Abanye baze bathathe izinqumo ezi wrong ngenxa yemilomo yethu.  Akube siyabona ukuthi nathi sinomthelela ekoneni izwe lethu nabantu esiphila nabo.

#Asigivaphi Siyaphikhapha.

#Angeke Akulahlekisa.

Brian Smile The Motivational Speaker and a life coach

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *