SHEILA MHLONGO
Umhlaka 27 Febhuwari 2024 kwaba usuku lokuqala lokuvulwa kwesiShayamthetho saKwaZulu-Natali eOval Cricket Stadium eMgungundlovu. Isilo Samabandla uMisuzulu kaZwelithini wethula inkulumo yakhe yokuvula eyabe iqukethe umyalezo wokukhuza ukubulawa kwamaKhosi neziNduna. Izithombe ziyixoxa kahle indaba.


