I-Hollywood bets ikujabulele ukuba ingxenye yabaxhasi beKhaba Cup Tournament

ONGEZIWE NTONDINI

I-Hollywood bets iyakugqugquzela ukuxhasa ezemidlalo lokhu ikwenza njenge ndlela yokubuyisela emphakathini ngezimali zabo abafika bezodlala ngazo ikusho lokhu ngenkathi kuhlangenwe kwi Khaba Cup tournament endaweni yase King Zwelithini Stadium mhla ziwu-30 May.Njengoba iHollywoodBets ingena njengesizini esinkulu, lowo mqhudelwano we-2025 uqinisekisa kuphela ukuzijabulisa okuphezulu.

IKhaba ikeyaba umncintiswano othembekile kakhulu eThekwini futhi iqhubeka nokudonsela abahloli abaningi bazo zonke izindawo eNingizimu Afrika.

UMenzi Ngcobo, unguMqondisi omkhulu wezokuxhaswa kweHollywoodbets uthe, “iHollywoodbets iyaziqhenya ngokuba ingxenye yalolu daba oluhle lokuthuthukiswa kwentsha emncintiswaneni webhola njengabaxhasi bezehlakalo kulonyaka.”

I-Hollywood Sportsbet iyinhlangano evunyelwe yokugembula. isekela ukudlala ngokuphenduka. Akukho muntu ongezansi kweminyaka engu-18 ovunyelwe ukudlala. Abanqobile bayazi ukuthi kufanele bame kuphi. I-South African Responsible Gambling Foundation inombolo yokweluleka  yamahhala: 0800 006 008 / WhatsApp ukusiza ku-076 675 0710.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *