Zinuke amakhwapha kuqala ngaphambi kokusola omunye

Bantu bakithi kubalulekile ukuzinuka amakhwapha ngaphambi kokuthi usole abantu ngendlela abakuphatha ngayo, kungenzeka bakuphathe kabi kanti babuyisela izenzo zakho ozenza kubo, uma uyohlalela ukusola ungazibheki wena uzinuke amakhwapha uyohlezi uphatheke kabi uzitshele ukuthi bayakuzonda kanti cha. Phatha kahle abanye abantu mufuna ukuphathwa kahle nawe ngoba okwenza komunye kuphinde kubuyele kuwena.

Obhalayo uKatlego Nare

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *