US’bonelo Mthembu waseShowe unesasasa lokubona intsha iphumelela kwezikaqed’isizungu

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka nginesifiso sokuThuthukisa amakhono entsha ikakhulukazi laba abalingisayo,abadansayo,abasinayo,abaculayo,abadwebayo,abahaya izinkondlo nokunye okuningi.

Izinhlelo zami ukuba ngiqhophe ama Film kulonyaka ukuze abanekhono lokilingisa bezokwazi ukusizakala futhi ngingakuthakasela kakhulu ukusebenzisana nomdlalo uZalo ekusimamiseni abantu abasha.

Abantu bengalindela nje aba film kulonyaka azotholakala ku YouTube Channel yami I Sphiwosethu production on YouTube Channel naku TickTock I Sphiwosethu production calls: 063 7946447, Whatsapp : 071 670 8257.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *