UMoses ‘Bhuti’ Dimba wasePMB ukhiphe EP ucela nibambisane naye balandeli bomculo

SHEILA MHLONGO

Isifiso sami kulonyaka ka-2025 ukuthi  bekumele ngisebenze kanzima futhi ngokuzikhandla nangokuzimisela ukuze ngizokwazi ukufezekisa iphupho lami lomculo. Ezinye izinhlelo  ebenginazo kulonyaka ezokuthi ngikhiphe EP yezingoma ezingu-6  umsebenzi wami omusha sha ka-2025 usuyatholakala.

Kulonyaka  umculi ebengifisa ukusebenza naye uThandeka Hadebe Kanye no Producer Sizwe Gumede wase GMD.

Isifundo engisifundile ngonyaka odlulile ukuthi kumele mangino msebenzi omusha engukhiphile ngiwufake kuwona wonke ama-digital platforms ukuze bawuthole bonke abathandi bomculo.

Kule-EP yami engikhuluma ngayo yakulonyaka ngenhlanhla isiphumile iphume mhlaka-01 June 2025 isiyatholakala kuwona wonke ama digital platforms e.g Spotity,YouTube,iTunes,Amazon , WhatsApp and calls  :067 345 9937

naku Facebook:Bhuti Dimba.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *