Funda ukwazi isikhathi sokwenza iphupho lakho

Sizwe sakithi nawa amazwi amafishane engicela ukunidlulisela wona , qaphela ungashiywa isikhathi ngoba yonkinto ibanzima ukwenzeka uma isidlulelwe yisikhathi.

Wonke umuntu emhlabeni imvelo imbekele isikhathi sokufeza amaphupho akhe yingakho kumele wonke umuntu azi ukusebenzisa isikhathi sakhe kahle ngoba uma sike sadlula akuselula ukuyifeza leyonto. Funda ukwazi isikhathi sokwenza iphupho lakho, ungaqhubeki uxoxe ngalo kanti sekudingeka ukwenza.

Obhalayo uKatlego Nare

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *