SHEILA MHLONGO
Bengicela usizo nginomncintshiswano wonobuhle engihlele ukuwenza ngomhlaka 29 November 2025 ewolo lase Bergville eHambrook bengicela uxhaso kubona bonke abangaba nosizo. Njengoba unyaka ka-2025 uqalile ngihlele ukwenza umcimbi wonobuhle uMiss Bergville 2025.
Ngenhloso yokuqoqa abantu abasha besifazane abasakhula ndawonye lokhu kuzobasiza ekutheni banake isifundo zabo bangabi naso isikhathi sokuzibandakanya ezintweni ezingalungile isibonelo izidakamizwa. Umculi engithanda ukusebenzisana naye kulonyaka uKayte Da Rest Live ohlala endaweni yase Winterton obuye abe ngumthwebuli wezithombe.
Abalandeli bami bebelindele ukuthi umcimbi wonobuhle ube ngama Holidi okuqala ( first term) kodwa lokho akwenzakalanga ngoba kulonyaka sinqume ukunika onobuhle isikhathi esanele sokuzilungiselela ngaphambi kokuba kufike lomcimbi.
Ungaxhumana nathi WhatsApp: 066 399 7177, Facebook : Londiwe Dladla
Noma Miss Bergville beauty peagent igama le page lonobuhle.

