USfundo Gumede ‘Mkhombeni’ eMaritzburg ocula maskandi ucela isaphothi

SHEILA MHLONGO

Bengisacela I-support kubantu njengoba ngizokhipha umsebenzi wakulonyaka okungu maskandi i-ep enamanoni amane azotholakala ku YouTube.

Isifiso sami kulonyaka ukuba ngivezele abantu ikhono lami emculweni kamaskandi yingakho ngicela ukuba abantu bangeseke. Izinhlelo zami zalonyaka ukuthi ngizokhipha I-ep enamanoni amane ngomhlaka-19 kuyo lenyanga bengingathanda ukusebenzisana noGatsheni kanye neMeya kazwelonke eGMD .

Engikufunde  ngonyaka odlule ukuthi  endimeni kamaskandi abantu kumele ubaxine ngomsebenzi wakho bese ungawanaki amacomment abhedayo abalandeli bengicela balindele umsebenzi wakulonyaka umculo wami uyatholakala ku YouTube okuyilapho ebengifisa abantu bawulalele khona usearch uMkhombeni kulenamba: 063 489 3051 kanti ku facebook: uMkhombeni sa.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *