SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngifisa ukukhipha i-Album equkethe izingoma eziyishumi nane ngaphansi kwe Genre Afropop music.
Izinhlelo zami zimi kanje, Ama beat noma instrument sengiwathengile sengiqalile ukubhala ngiphinde ngizilungiselele ngiya practice ukuze umsebenzi wami uzoba kwelinye izinga elihlukile ngoba ngazi ukuthi practice makes perfect.
Kulonyaka ngifisa ukuthi ngisebenze ne-Artist elingu Nduzet & musiholiQ esenza uhlobo olulodwa lomculo ngiyafisa ukusebenza no producer ongu msizi-Lee & Flex the Chaser.
Kulonyaka ophelile ngifundile ukuthi uma singama upcoming Artist ukubambisana emculweni ikhona okwenza izinto zibelula ngokwamakhono ahlukene. Abalandeli bomculo kulonyaka abalindele ukuthi ngizobenzela ukudla kwendlebe okunomehluko ngokwezinga ngoba ngisebenza ngokukhulu ukuzimisela.
Umculo uyatholakala ezitolo phecelezi in all Digital Platforms Worldwide like Spotify,YouTube, Amazon, Facebook, TikTok. WhatsApp/ Call: 069 940 0959 , Facebook : Stherence De Vocalist Caluza.
Ungangithumelela email: stherencemusic@gmail.com.

