SHEILA MHLONGO
UMncedisi no Mbekezeli ‘The Shabane Brother’s’ sizalelwe emculweni empeleni umculo into yasegcekeni ngakho lento yomculo siyiqale sifunda isikole lapho sasenza umatric ukusebenzisa istage saqala nomculi ophezulu okungu mama uHlengiwe Mhlaba saze saba namathemba okuya phambili kusuka lapho saphuma sabona umhlaba.
Ukucula siyakuthanda saqhubeka sayidlala lendima,sicule ngakithi eMandeni bebesithanda abantu bakithi sazithola sihambela amadolobha aseKZN sincenga impilo kodwa siphethwe isitayela sobulova. Kuthe kusenjalo ngo2018 kwavela ithuba lesibili sahlangana nomculi odume umhlaba wonke okuDumi Mkostad ngeshwa besisenenkinga yezidakwamizwa senza isingle track ,sayidayisa kodwa manje sibonga ukuthi sihlangane nobhuti uSbuh Zulu esimthatha njenge Manager yethu kumusic.
Empeleni sibe sesilwa nempi yezidakwamizwa manje sibuye ngegiya eliphezulu ongaba nosizo lapha nalapha kulokhu kucula kwethu angeke amosheke asisebenze sidinga umuntu ongasixhasa asisize sibuyele kumusic nazi number zeManager yethu esisize sayeka ama drugs Sibusiso Zulu : 082 265 2768/ 073 652 1928.

