SHEILA MHLONGO
Engifisa ukukuyeka kulonyaka ubuvila ngifuna ukusebenza ngokuzikhandla emsebenzini wami noma ezintweni engizifisayo futhi ngifuna ukuba isibonelo esihle kwamanye amantombazane asakhulayo ukuze nabo bezogqugquzeleka ngokufeza amathalente abo babone ngami ukuthi uma usebenza ngokuzikhandla ngethalente lakho uyakwazi ukuphakamiseka ekugcineni.
Amacebo ami kulonyaka njenge model ukuthi ngithole i-Agent ngiphinde ngingenele amacompetition aphezulu ngiziqeqeshe ngokwanele futhi ngifisa ukwazi kabanzi nge modelling lonyaka uphele sengazi yonke into ngendlela efanele. My role model uchidnma Adetshina Miss universe Nigeria 2024.
Ngifunde ukuthi uyakulwela okuthandayo ngenkathi ngiphuma ephepheni ilanga langempelasonto ngasebenza kakhulu ngize ngiphume khona mangikhumbula kahle wawungakapheli ngisho u 2months ngiqale i modelling, kodwa ngenxa yokusebenza kwami ngokuzikhandla nangokuzimisela konke kwahamba kahle.
Engingakusho nje kubalandeli bami ukuthi abalindele okuhle konke engizokwenza futhi ngizozimisela ngazo zonke izindlela nokuthi kuma competitions engizowangenela kulonyaka ngingasali kwabazowina. Amavideo ami okwamanje asatholakala kutik Tok. Inamba yocingo : 076 016 0767, Ku tik Tok: nothando.nothando81 kufacebook :nothand

