SHEILA MHLONGO
Kulonyaka benginesifiso sokukhipha umsebenzi omusha njengoba senginesikhathi ngagcina ngenxa yamandla angekho. Inhlelo enginazo ezokufaka izingoma zami zonke online besengiphusha kakhulu umsebenzi wami.
Nginesifiso sokusebenza nabaculi abaphuma ngaphansi kwesandla sebhova nomangabe imuphi Noma abaphuma ngaphansi kwechalaha ibona bantu engibukela kubo kakhulu. ngifunde lukhulu ngakithi eBergville abantu abawusaphothi umculowethu singabendawo sibaningi kakhulu futhi siyacela beseseke ngoba siphakamisa indawo yangakithi.
kulonyaka bengifisa balindele EP ezophuma makudlula ubusika lapho ngizobe ngibizwa ngoMhlathi. Awukatholakali umculo wami online ngifisa ukuthola usizo lokuthi ngikwazi ukuzifaka khona okwamanje kusekhona umusic video ombili ku YouTube lapho khona ngizibiza “Amancok’Amahle”.
Ngiyatholakala: 071 911 5003.

