UMsawenkosi ‘DumingoYk’ Sithole uthembisa abalandeli bakhe umlilo ozoshisa izikhotha emculweni wakhe

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka  bengifisa ukuthi beqhubeke belalele ingoma beqhubeke benze nama challenge ngayo engifisa kwenzeke ukuthi ibe impumelelo lengoma ngoba ngisezihlelweni zokuyenza iRemix nama-Artist angosaziwayo kwindima yomculo.

Izinhlelo zami kulonyaka ukunikeza intsha ithuba kulabo abafisa ukusebenzisana  nami njengoDj & Producer ngifisa bazi ukuthi kuzoba mnandi kakhulu.  Engithanda ukuthi ngisebenze nabo uDj Tira ,Babes Wodumo,Dladla Mshunqisi,Bello No Gallo & Niseni kuyona lengoma kaPhenyane eyanyakazisa abantu ezinkundleni zokuxhumana. Ngonyaka ophelile ka-2024 ngifunde okuningi nanokuthi kumele uzithobe umazi omunye umuntu lokho kungivulele amathuba amaningi kakhulu I shared a stage nabo Dj Tira,Babes Wodumo,Duncan,Musiholiq,Zakwe,Goldmax nabanye abaningi.

Abalandeli bami kulonyaka bengifisa ukuthi belindele uPhenyane Remix song featuring one of the most know people on the industry & they must expect a music video too and then the Ep that is still on process featuring Afrotainment Artists.

Abalandeli bami bengangithola kuzozonke izinkundla zokuxhuma Spotify,Apple Music,YouTube,Google & Many More other Digital Stores.

DumingoYk everywhere For Bookings  Email: 032youngkidd@gmail.com Call /WhatsApp 073 430 9816.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *